Ngenziwa Abangani

Ngenziwa Abangani

By Sphamandla Nzama

WPR Cohort: 2020

Language: isiZulu

Genre: Novella

Kule ncwadi sithola abalingiswa baba fanyana abasafunda isikole, beyeka isikole ngenxa yokuthanda izinto. Emva kokuba bengene ebugebengwini bagcina beboshwa bonke kodwa icala baliishiye noSekwanele. Okunguyena ogcina eseboshwe iminya eminingi kakhulu ebhadla kanzima ejele lase-Thekwini ekuthiwa i-Westville.

Buy on Kobo

Author Bio

Sphamandla

Wazalelwa endaweni yaseMnambithi enelokishi lase Zakheni kwa-E. Emva kokuba avele kuMabonakude phambilini, lokho kwamenza waphokophela phambili ngobu ciko. Waba ngumbali wama filimu aphinde alingise, manje usengumbali wezincwadi. Konke lokhu ukufunde ngokuhlala nabantu baseGoli eHostela lapho, bemxoxela ngakho konke okwakwenzeka ngenkathi yasendulo.Lokho kumenze wathatha ipeni wabhala izincwadi eziningi ngalemlando.

WPR