
WPR Cohort: 2018
Language: isiZulu
Genre: Drama
USizwe wayezimisele ngokulobola uThembeka kepha waphazanyiswa iphupho elalinentokazi angayazi eyayiphikisana nomshado. Uyise owayeyazi le ntokazi wahlela ukuthi baye koyibona. Kwathi lapho kuhlangana amehlo kaSizwe noThembalamaNtungwa owayeseganele emzini wenduna futhi enabantwana abathathu, kwaba neminjunju yothando eyayingevinjwe kulesi sikhathi semithombo yezokuxhumana.
Buy on Kobo
Nginguchwepheshe wezilimi futhi ngisebenza njengomhumushi nomhlaziyi osebenza ngesiNgisi nangesiZulu. Ngaphandle kokusebenza ngalezi zilimi, ngibhala ngazo zombili lezi zilimi. "The Pastor With a Criminal Mind" incwadi yami yesibili. Incwadi yokuqala engiyibhalile yashicilelwa ngesiZulu ngo-2018 futhi yaqanjwa ngokuthi "Usekujuleni Komqondo Wami". Eyokuqala iyatholakala naku-Smashwords.
